Izibalo ze-Vector (VECTOR)
Sebenzisa Imodi ye-VECTOR ukwenza izibalo ze-vector ye-2-dimensional neye-3-dimensional. Ukwenza izibalo ze-vector, kufanele uqale ngokwabela idatha kuzimeleli ezikhethekile (VctA, VctB, VctC), bese usebenzisa izimeleli ezibalweni ezibonisiwe esibonelweni esingezansi.
Isibonelo 1: Ukwabela (1, 2) ku-VctA kanye (3, 4) ku-VctB, bese wenza izibalo ezilandelayo: (1, 2) + (3, 4)
1. Cindezela 
(VECTOR) ukufaka Imodi ye-VECTOR.
2. Cindezela
(VctA)
(2).
Lokhu kuzobonisa i-Vector Editor yokufaka i-vector ye-2-dimensional ye-VctA.

(1) "A" umele "VctA".
3. Faka amalungu e-VctA: 1
2
.
4. Yenza izenzo ezilandelayo:

(VECTOR)
(Data)
(VctB)
(2).
Lokhu kuzobonisa i-Vector Editor yokufaka i-vector ye-2-dimensional ye-VctB.
5. Faka amalungu e-VctB: 3
4
.
6. Cindezela
ukuthuthukisa isikrini sesibalo, nokwenza isibalo (VctA+VctB):

(VECTOR)
(VctA)

(VECTOR)
(VctB)
.
Lokhu kuzobonisa isikrini se-VctAns esinemiphumela yesibalo.

- (2) "Ans" umele "VctAns".
Phawula: "VctAns" umele "Vector Answer Memory". Bheka ethi "I-Vector Answer Memory" mayelana nokwaziswa okubanzi.
I-Vector Answer Memory
Noma nini lapho imiphumela yesibalo seyikhululiwe Kumodi ye-VECTOR eyi-vector, isikrini se-VctAns sizobonisa imiphumela. Imiphumela izokwabela nakusimeleli esibizwa "VctAns".
Isimeleli se-VctAns singasetshenziswa ezibalweni njengoba kuchaziwe ngezansi.
Ukufaka isimeleli se-VctAns esibalweni, yenza isenzo esilandelayo: 
(VECTOR)
(VctAns).
Ukucindezela omunye walo khiye kuyilapho isikrini se-VctAns sibonisiwe kuzoshintshela esikrinini sesibalo ngokuzenzakalelayo:
,
,
,
. Isikrini sesibalo sizobonisa isimeleli se-VctAns esilandelwa ngesinye isenzo noma umsebenzi wokhiye ocindezelwe.
Ukwabela Nokuhlela Idatha Yesimeleli se-Vector
Kubalulekile!
Izenzo ezilandelayo azisekelwe yi-Vector Editor:
, 
(M-), 
(STO). I-Pol, Rec, ÷R, nezitatimende ezikaningi ngeke zifakwe kanye ne-Vector Editor.
Ukwabela idatha entsha kokungaguquguquki kwe-vector:
1. Cindezela 
(VECTOR)
(Dim), bese, kumenyu evelayo, ukhethe isimeleli se-vector ofuna ukwabela kuso idatha.
2. Kumenyu elandelayo evelayo, khetha ubukhulu (m).
3. Sebenzisa i-Vector Editor evelayo ukufaka izakhi ze-vector.
Isibonelo 2: Ukwabela (2, -1, 2) ku-VctC

(VECTOR)
(Dim)
(VctC)
(3)
2
1
2

Ukushintsha amalungu okungaguquguqui kwe-vector:
1. Cindezela 
(VECTOR)
(Data), bese, kumenyu evelayo, khetha isimeleli se-vector ofuna ukusihlela.
2. Sebenzisa i-Vector Editor evelayo ukuhlela izakhi ze-vector.
Hambisa i-cursor kuseli eliqukethe isakhi ofuna ukusishintsha, faka inani elisha, bese ucindezela
.
Ukukopisha okuqukethwe kwesimeleli se-vector (noma i-VctAns):
1. Sebenzisa i-Vector Editor ukubonisa i-vector ofuna ukuyikopisha.
Uma ufuna ukukopisha i-VctA, ngokwesibonelo, sebenzisa okhiye abalandelayo: 
(VECTOR)
(Data)
(VctA).
Uma ufuna ukukopisha okuqukethwe kwe-VctAns, yenza lokhu okuboniswe esikrinini se-VctAns: 

(VECTOR)
(VctAns)
.
2. Cindezela 
(STO), bese wenza esinye salezi zenzo zokhiye ukubalula indawo yokukopishela:
(VctA),
(VctB), noma
(VctC).
Lokhu kuzobonisa i-Vector Editor enokuqukethwe kwendawo okukopishelwa kuyo.
Izibonelo Zezibolo ze-Vector
Izibonelo ezilandelayo zisebenzisa i-VctA = (1, 2) ne-VctB = (3, 4) Esibonelweni 1, ne-VctC = (2, -1, 2) Esibonelweni 2.
Isibonelo 3: 3 × VctA (I-Vector scalar multiplication), 3 × VctA - VctB (Isibonelo sesibalo kusetshenziswa i-VctAns)
3

(VECTOR)
(VctA)



(VECTOR)
(VctB)

Isibonelo 4: VctA • VctB (Umphumela wechashazi we-Vector)


(VECTOR)
(VctA)

(VECTOR)
(Dot)

(VECTOR)
(VctB)

Isibonelo 5: VctA × VctB (Umphumela we-Vector cross)


(VECTOR)
(VctA)

(VECTOR)
(VctB)

Isibonelo 6: Thola amanani aphelel e-VctC.


(Abs)

(VECTOR)
(VctC)


Isibonelo 7: Nquma i-engele elenziwe nge-VctA ne-VctB ezinombolweni ezintathu ngemva kwekhoma (Fix 3). (Iyunithi ye-engele: Deg)
(cos𝜃 = (𝐴∙𝐵) |𝐴||𝐵|, eba ngu 𝜃 = cos-1(𝐴∙𝐵) |𝐴||𝐵|)

(SETUP)
(Fix)



(VECTOR)
(VctA)

(VECTOR)
(Dot)

(VECTOR)
(VctB)



(Abs)
(VECTOR)
(VctA)


(Abs)
(VECTOR)
(VctB)





(cos-1)





