Izibalo ze-Base-n (BASE-N)
Cindezela 
(BASE-N) ukuze ufake Imodi ye-BASE-N uma ufuna ukwenza izibalo usebenzisa idesimali, i-hexadecimal, i-binary, kanye/noma amanani e-octal.
Imodi yenombolo yesiqalo engokwasekuqaleni uma ufaka Imodi ye-BASE-N iyidesimali, okusho ukuthi ukufaka imiphumela yesibalo isebenzisa ifomethi yenombolo yedesimali.
Cindezela omunye walabokhiye ukushintsha amamodi enombolo: I-
(DEC) yedesimali, i-
(HEX) ye-hexadecimal, i-
(BIN) ye-binary, noma i-
(OCT) ye-octal.
Isibonelo 1: Ukufaka Imodi ye-BASE-N, kushintshela kumodi ye-binary, bese kubala u-112 + 12

(BASE-N)
(BIN)
- 11
1

Isibonelo 2: Ukuqhubeka kokungenhla, kushintshela kumodi ye-hexadecimal bese kubala u-1F16 + 116

(HEX) 1
(F)
1

Isibonelo 3: Ukuqhubeka kokungenhla, kushintshela kumodi ye-octal bese kubala u-78 + 18

(OCT) 7
1

Phawula
Sebenzisa izinkinobho ezilandelayo ukufaka izinhlamvu kusukela ku-A kuya ku-F ngokuqondene namanani e-hexadecimal:
(A),
(B),
(C),
(D),
(E),
(F).
Kumodi ye-BASE-N, ukufaka amanani engxenyana (decimal) kanye nama-exponents akusekelwa. Uma umphumela wesibalo unengxenye yefrakshini, uyanqunywa.
Umahluko wokfuakwayo nokukhishwayo mabhithi angu-16 wamanani e-binary, namabhithi angu-32 wezinye izinhlobo zamanani. Okulandelayo kubonisa imininingwane emayelana nemahluko yokufakwayo nokukhishwayo.
| Imodi ye-Base-n | Umahluko Wokufakwayo/Wokukhishwayo |
|---|---|
| I-Binary | Kophawu lokuhlanganisa: 0000000000000000 ≦ x ≦ 0111111111111111 Kophawu lokususa:1000000000000000 ≦ x ≦ 1111111111111111 |
| I-Octal | Kophawu lokuhlanganisa: 00000000000 ≦ x ≦ 17777777777 Kophawu lokususa:20000000000 ≦ x ≦ 37777777777 |
| Idesimali | -2147483648 ≦ x ≦ 2147483647 |
| I-Hexadecimal | Kophawu lokuhlanganisa:00000000 ≦ x ≦ 7FFFFFFF Kophawu lokususa:80000000 ≦ x ≦ FFFFFFFF |
Ukubalula Imodi Yenombolo Yenani Eliqondile Elifakwayo
Ungafaka isiqondisi esikhethekile ngokushesha ngokulandela inani lokubalula imodi yenombolo yalelo nani. Iziqondisi ezikhethekile yilezi: d (decimal), h (hexadecimal), b (binary), kanye no-o (octal).
Isibonelo: Ukubala u-1010 + 1016 + 102 + 108 bese uveza umphumela njengenani eliyidesimali

(DEC)
(BASE)
(d) 10

(BASE)
(h) 10

(BASE)
(b) 10

(BASE)
(o) 10
- 36
Ukuguqulela Imipumela Yesibalo Kolunye Uhlobo Lwenani
Ungasebenzisa noma yikuphi kwalo khiye abalandelayo ukuguqulela imiphumela yesibalo esibonisiwe kolunye uhlobo lwenani:
(DEC) (decimal),
(HEX) (hexadecimal),
(BIN) (binary),
(OCT) (octal).
Isibonelo: Ukubala u-1510 × 3710 ngemodi yedesimali, bese uguqulela imiphumela ku-hexadecimal, binary, naku-octal

(DEC) 15
37
- 555
(HEX)- 0000022B
(BIN)- 0000001000101011
(OCT)- 00000001053
Izenzo Zelojiki Nezenkulumiswano
Umshini wakho wokubala ukunikeza izenzo zelojiki (and, or, xor, xnor) nemisebenzi (Not, Neg) mayelana nezenzo zelojiki neze-negetion kumanani e-binary.
Sebenzisa imenyu evelayo uma uchofoza 
(BASE) ukufaka izenzo zelojiki nemisebenzi.
| Cindezela lo khiye: | Uma ufuna ukufaka lokhu: |
|---|---|
(and) |
Lesenzo selojiki "and" (isibalo selojiki), esibuyisa imiphumela ye-bitwise u-AND |
(or) |
Lesenzo selojiki "or" (i-sum yelojiki), esibuyisa imiphumela ye-bitwise u-OR |
(xor) |
Lesenzo selojiki "xor" (i-sum yelojiki ehlukile), esibuyisa imiphumela ye-bitwise u-XOR |
(xnor) |
Lesenzo selojiki "xnor" (i-sum yelojiki ekhethekile yophawu lokususa), esibuyisa imiphumela ye-bitwise u-XNOR |
(Not) |
Elithi "Not(" isenzo, esibuyisela imiphumela yesincomo se-bitwise |
(Neg) |
Elithi "Neg(" isenzo, esibuyisela imiphumela yesincomo sesibli |
Zonke izibonelo ezilandelayo zenziwa ngemodi ye-binary (
(BIN)).
Isibonelo 1: Ukunquma ilojiki ye-AND ye-10102 ne-11002 (10102 and 11002)
1010
(BASE)
(and) 1100
- 0000000000001000
Isibonelo 2: Ukunquma ilojiki ye-OR ye-10112 ne-110102 (10112 or 110102)
1011
(BASE)
(or) 11010
- 0000000000011011
Isibonelo 3: Ukunquma ilojiki ye-XOR ye-10102 ne-11002 (10102 xor 11002)
1010
(BASE)
(xor) 1100
- 0000000000000110
Isibonelo 4: Ukunquma ilojiki ye-XNOR ye-11112 ne-1012 (11112 xnor 1012)
1111
(BASE)
(xnor) 101
- 1111111111110101
Isibonelo 5: Ukunquma isincomo se-bitwise ye-10102 (Not(10102))


(BASE)
(Not) 1010

- 1111111111110101
Isibonelo 6: Uku-negate (thatha isincomo sesibili) se-1011012 (Neg(1011012))


(BASE)
(Neg) 101101

- 1111111111010011
Phawula
Esimweni se-binary enegethivu, inani eli-octal noma eli-hexadecimal, isibali sishintsha inani libe yi-binary, sithathe ikhomplimenti yalokhu kokubili, bese siphinda sishintshela inombolweni yokuqala eyisisekelo. Mayelana namanani edesimali (isisekelo-10), umshini wokubala uvele ungeze uphawu lokususa.


