Ukubuyisela Ibhetri
Ibhetri idinga ukushintshwa ngemva kweminyaka ethile eshiwo. Futhi, ibhetri yishitshe ngokushesha lapho izinomombolo sezibonakala kalufifi.
Ibhetri eliphelile libonakala ngokubonisa luvivi, ngisho nalapho ulungisa ukubukeka, noma ngokungabonakali kwezibalo esibonisini ngokushesha lapho uvula umshini wokubala. Uma lokhu kwenzeka, faka ibhetri elisha.
Kubalulekile!
Ukukhipha ibhetri kuzocisha konke okuqukethwe yinkumbulo yomshini wokubala.
1. Cindezela 
(OFF) ukuze ucishe umshini wokubala.
2. Ngemuva kwesibali, khumula amabhawodi kanye nesembozo.

3. Khipha ibhetri, bese ufaka ibhetri entsha izimpawu olokuhlanganisa (+) nolokususa (-) zibheke endaweni efanele.
4. Buyisela isembozo.
5. Qalisa isibali: 

(CLR)
(All)
(Yes).
Ungaseqi lesi sinyathelo esingenhla!

