Ukumisela Imodi Yokufaka (Isibonisi Somugqa kuphela)
Ungakhetha ukufaka noma ukumisela phezu kokunye njengemodi yokufaka, kodwa kuphela uma Isibonisi Somugqa sikhethiwe. Kumodi yokumisela phezu kokunye, umbhalo owufakayo ubuyekeza umbhalo osendaweni ye-cursor ngaleso sikhathi. Ungashinthsa phakathi kwemodi yokufaka nokumisela phezu kokunye ngokwenza lezi zenzo: 
(INS). I-cursor ivela njenge-"
" kumodi yokufaka bese njenge-"
" kumodi yokumisela phezu kokunye.
Phawula
Isibonisi Semvelo njalo nje sisebenzisa imodi yokufaka, ngakho ukushintsha ifomethi kusuka Kusibonisi Somugqa ukuya Kusibonisi Semvelo kuzoshintshela kumodi yokufaka ngokuzenzakalelayo.

