Ukufaka Ngesibonisi Semvelo
Ukukhetha Isibonisi Semvelo kwenza ukwazi ukufaka futhi ubonise amafrakshini neminye imisebenzi (log,
,
,
,
,
,
,
,
,
, ∫, d/dx, Σ, Abs) njengoba nje ilotshiwe encwadini yakho yokufunda.
Isibonelo: 2 + √21 + √2 (MthIO-MathO)
2
2
1
2

Kubalulekile!
Izinhlobo ezithile zezichazi zingabangela ukuphakama kwesichazi esifakwe ukuba sibe sikhulu kunaleso esiboniswa emugqeni owodwa. Umkhawulo wokuphakama okuvumelekile kwesichazi esifakwayo yizikrini zokubonisa ezimbili (31 amacashaza × 2). Ukufaka okuqhubekayo ngeke kwenzeke uma ukuphakama kwesibalo osifakayo kudlula umkhawulo ovumelekile.
Imisebenzi ebhanqene nabakaki kuvumelekile. Ukufaka okuqhubekayo ngeke kwenzeke uma ubhanqanisa imisebenzi eminingi kakhulu futhi/noma abakaki. Uma lokhu kwenzeka, hlukanisa isibalo ngezingxenye ezimbili bese ubala ingxenye ngayinye ngokwehlukile.
Phawula
Uma uchofoza
bese uthola imiphumela yesibalo usebenzisa Isibonisi Semvelo, ingxenye yesichazi osifakayo inganqanyulwa. Uma udinga ukuphinde ubone sonke isichazi osifakile, cindezela
bese usebenzisa i-
kanye ne-
ukuskrola isichazi osifakile.

