Ukulungisa Nokucisha Isichazi
Ukususa uhlamvu olulodwa noma umsebenzi:
Hambisa i-cursor ize ibe ngakwesokudla sohlamvu noma umsebenzi ofuna ukuwususa, bese ucindezela
.
Kwimodi yokumisela phezu kokunye, hambisa i-cursor ize ibe ngaphansi kohlamvu noma umsebenzi ofuna ukuyisusa, bese ucindezela
.
Ukufaka uhlamvu noma umsebenzi esibalweni:
Sebenzisa i-
kanye ne-
ukuhambisa i-cursor endaweni ofuna ukufaka kuyo uhlamvu noma umsebenzi bese uyafaka. Qiniseka ukuba ngaso sonke isikhathi ufake imodi uma ukhethe Isibonisi Somugqa.
Ukususa zonke izibalo ozifakayo:
Cindezela
.

