Imithetho Evamile Yokufaka
Izibalo zingafakwa ngendlela efanayo naleyo ezibhalwa ngayo. Uma ucindezela
ukulandelana kwesibalo osifakile kuzohlolwa ngokuzenzakalelayo futhi imiphumela izovela esibonisini.
Isibonelo 1: 4 × sin30 × (30 + 10 × 3) = 120
*1 Ukufakwa kwabakaki abavalayo kudingekile ngokuqondene no-sin, sinh, nezinye izisetshenziswa ezihilela abakaki.
*2 Lezi mpawu zokuphindaphinda (×) zingasuswa. Uphawu lokuphindaphinda lingasuswa uma lifakwe ngaphambi kwabakaki abavulayo, ngaphambi kuka-sin noma ezinye izisetshenziswa ezihilela abakaki, ngaphambi kwesisetshenziswa u-Ran# (inombolo ejikelezayo), noma ngaphambi kwesimeleli (A, B, C, D, E, F, M, X, Y), amanani angashintshi angokwesayensi, u-π noma u-e.
*3 Abakaki abavalayo ngaphambi nje kwalesi senzo
bangasuswa.
Isibonelo 2: Faka isibonelo sokususa
*2 kanye
*3 nezenzo ezisesibonelweni esingenhla.
- 4
30
30
10
3

Phawula
Uma isibalo siba side kunobude besikrini lapho usifaka, isikrini sizoskrola ngokuzenzakalelayo ngakwesokudla futhi le nkomba
izovela esibonisini. Uma lokhu kwenzeka, ungaskrolela emuva ngakwesobunxele ngokusebenzisa i-
ne-
ukuhambisa i-cursor.
Uma kukhethwe Isibonisi Somugqa, ukucindezela u-
kuzobangela ukuba i-cursor yeqele ekuqaleni kwesibalo, kuyilapho i-
izokweqela ekugcineni.
Uma kukhethwe Isibonisi Semvelo, ukucindezela u-
kuyilapho i-cursor isekugcineni kwesibalo esifakwayo kuzoyenza ukuba yeqele ekuqaleni, kuyilapho ukucindezela u-
njengoba i-cursor isekuqaleni kuzoyenza yeqele ekugcineni.
Ungafaka kuze kube amabhayithi angu-99 wesibalo. Inombolo ngayinye, uphawu, noma umsebenzi uvame ukusebenzisa ibhayithi elilodwa. Eminye imisebenzi idinga amabhayithi amathathu ukuya kwangu-13.
I-cursor izoshintsha isimo sibe kanje
uma kunamabhayithi angu-10 noma ngaphansi walokho okuvumeleke ukufakwa okusele. Uma lokhu kwenzeka, qeda ukufaka isibalo bese ucindezela
.



