Mayelana Nale Manuwali
I-CASIO Computer Co., Ltd. ayisoze yaba nacala kumuntu mayelana nokulimala okukhethekile, okube umphumela, okwenzeke ngephutha, noma okubangelwe ukuthengwa noma ukusetshenziswa kwalo mkhiqizo kanye nezinto ezihambisana nawo.
Ngaphezu kwalokho, i-CASIO Computer Co., Ltd. ayizukuba nasibophezelo sokukhokha izindleko zanoma yiluphi uhlobo ezingase zifunwe ngunoma ngubani, ezidaleke ngenxa yokusebenzisa lo mkhiqizo nazo zonke izinto ohambisana nazo.
Ngaphandle kokuthi kuboniswe ngokuqondile, wonke amasampula okusebenza kule manuwali azosebenza njengalapho umshini wokubala usesimweni sasekuqaleni. Sebenzisa inqubo engaphansi kwesithi "Ukuqala Ukusebenzisa Isibali" ukuze uphindisele umshini esimweni sasekuqaleni.
Okuqukethwe yile manuwali kungashintsha ngaphandle kwesaziso.
Izibonisi nemifanekiso (njengezimpawu zokhiye) okuboniswe kule manuwali ngekwezinjongo zokufanekisa kuphela, futhi kungahluka ngandlela thize ezintweni zangempela okuzimelelayo.
I-QR Code uphawu lohwebo olubhalisiwe lwe-DENSO WAVE INCORPORATED eJaphane nakwamanye amazwe.
Amagama ezinkampani nemikhiqizo okusetshenziswe kule manuwali kungaba yizimpawu zohwebo ezibhalisiwe noma izimpawu zohwebo zabanikazi bazo.

