Ukubalwa Kwama-Degrees, Imizuzu Nemizuzwana (Sexagesimal)
Ungenza izibalo usebenzisa ama nani e-sexagesimal, futhi uguqule ama nani phakathi kwe-sexagesimal nedesimali.
Ukwenza isengezo noma ukukhipha phakathi kwamanani e-sexagesimal, noma ukuphindaphinda noma ukuhlukanisa phakathi kwenani le-sexagesimal ne nani ledesimali kuzobangela ukuba imiphumela iboniswe njengenani le-sexagesimal.
Ungakwazi nokuguqula phakathi kwe-sexagesimal nedesimali.
Okulandelayo kuyifomethi yokufaka i nani le-sexagesimal: {degrees}
{imizuzu}
{imizuzwana}
.
Phawula
Kufanele njalo ufake okuthile kwama-degrees nemizuzu, ngisho noma kuyiqanda.
Isibonelo 1: 2°20’30” + 39’30” = 3°00’00”
- 2
20
30
0
39
30

- 3°0’0”
Isibonelo 2: Guqulela u-2°15’18” kudesimali elilingana nakho.
- 2
15
18

- 2°15’18”
- (Iguqula i-sexagesimal ibe yi-decimal.)

- 2,255
- (Iguqula i-decimal ibe yi-sexagesimal.)

- 2°15’18”

