Yeqela kokuqukethwe

CASIO

Isiqondiso kumsebenzisi

Thola

Izibalo ze-Base-n (BASE-N)

Cindezela (BASE-N) ukuze ufake Imodi ye-BASE-N uma ufuna ukwenza izibalo usebenzisa idesimali, i-hexadecimal, i-binary, kanye/noma amanani e-octal.

Imodi yenombolo yesiqalo engokwasekuqaleni uma ufaka Imodi ye-BASE-N iyidesimali, okusho ukuthi ukufaka imiphumela yesibalo isebenzisa ifomethi yenombolo yedesimali.
Cindezela omunye walabokhiye ukushintsha amamodi enombolo: I-(DEC) yedesimali, i-(HEX) ye-hexadecimal, i-(BIN) ye-binary, noma i-(OCT) ye-octal.


Isibonelo 1: Ukufaka Imodi ye-BASE-N, kushintshela kumodi ye-binary, bese kubala u-112 + 12

  • (BASE-N)
  • (BIN)
  • 111

Isibonelo 2: Ukuqhubeka kokungenhla, kushintshela kumodi ye-hexadecimal bese kubala u-1F16 + 116

  • (HEX) 1(F)1

Isibonelo 3: Ukuqhubeka kokungenhla, kushintshela kumodi ye-octal bese kubala u-78 + 18

  • (OCT) 71

Phawula

Sebenzisa izinkinobho ezilandelayo ukufaka izinhlamvu kusukela ku-A kuya ku-F ngokuqondene namanani e-hexadecimal: (A), (B), (C), (D), (E), (F).

Kumodi ye-BASE-N, ukufaka amanani engxenyana (decimal) kanye nama-exponents akusekelwa. Uma umphumela wesibalo unengxenye yefrakshini, uyanqunywa.

Umahluko wokfuakwayo nokukhishwayo mabhithi angu-16 wamanani e-binary, namabhithi angu-32 wezinye izinhlobo zamanani. Okulandelayo kubonisa imininingwane emayelana nemahluko yokufakwayo nokukhishwayo.

Imodi ye-Base-n Umahluko Wokufakwayo/Wokukhishwayo
I-Binary

Kophawu lokuhlanganisa: 0000000000000000 ≦ x ≦ 0111111111111111

Kophawu lokususa:1000000000000000 ≦ x ≦ 1111111111111111

I-Octal

Kophawu lokuhlanganisa: 00000000000 ≦ x ≦ 17777777777

Kophawu lokususa:20000000000 ≦ x ≦ 37777777777

Idesimali -2147483648 ≦ x ≦ 2147483647
I-Hexadecimal

Kophawu lokuhlanganisa:00000000 ≦ x ≦ 7FFFFFFF

Kophawu lokususa:80000000 ≦ x ≦ FFFFFFFF


Ukubalula Imodi Yenombolo Yenani Eliqondile Elifakwayo

Ungafaka isiqondisi esikhethekile ngokushesha ngokulandela inani lokubalula imodi yenombolo yalelo nani. Iziqondisi ezikhethekile yilezi: d (decimal), h (hexadecimal), b (binary), kanye no-o (octal).


Isibonelo: Ukubala u-1010 + 1016 + 102 + 108 bese uveza umphumela njengenani eliyidesimali

  • (DEC)(BASE)(d) 10
    (BASE)(h) 10
    (BASE)(b) 10
    (BASE)(o) 10
  • 36

Ukuguqulela Imipumela Yesibalo Kolunye Uhlobo Lwenani

Ungasebenzisa noma yikuphi kwalo khiye abalandelayo ukuguqulela imiphumela yesibalo esibonisiwe kolunye uhlobo lwenani: (DEC) (decimal), (HEX) (hexadecimal), (BIN) (binary), (OCT) (octal).


Isibonelo: Ukubala u-1510 × 3710 ngemodi yedesimali, bese uguqulela imiphumela ku-hexadecimal, binary, naku-octal

  • (DEC) 1537
  • 555
  • (HEX)
  • 0000022B
  • (BIN)
  • 0000001000101011
  • (OCT)
  • 00000001053

Izenzo Zelojiki Nezenkulumiswano

Umshini wakho wokubala ukunikeza izenzo zelojiki (and, or, xor, xnor) nemisebenzi (Not, Neg) mayelana nezenzo zelojiki neze-negetion kumanani e-binary.
Sebenzisa imenyu evelayo uma uchofoza (BASE) ukufaka izenzo zelojiki nemisebenzi.


Cindezela lo khiye: Uma ufuna ukufaka lokhu:
(and) Lesenzo selojiki "and" (isibalo selojiki), esibuyisa imiphumela ye-bitwise u-AND
(or) Lesenzo selojiki "or" (i-sum yelojiki), esibuyisa imiphumela ye-bitwise u-OR
(xor) Lesenzo selojiki "xor" (i-sum yelojiki ehlukile), esibuyisa imiphumela ye-bitwise u-XOR
(xnor) Lesenzo selojiki "xnor" (i-sum yelojiki ekhethekile yophawu lokususa), esibuyisa imiphumela ye-bitwise u-XNOR
(Not) Elithi "Not(" isenzo, esibuyisela imiphumela yesincomo se-bitwise
(Neg) Elithi "Neg(" isenzo, esibuyisela imiphumela yesincomo sesibli

Zonke izibonelo ezilandelayo zenziwa ngemodi ye-binary ((BIN)).


Isibonelo 1: Ukunquma ilojiki ye-AND ye-10102 ne-11002  (10102 and 11002)

  • 1010(BASE)(and) 1100
  • 0000000000001000

Isibonelo 2: Ukunquma ilojiki ye-OR ye-10112 ne-110102  (10112 or 110102)

  • 1011(BASE)(or) 11010
  • 0000000000011011

Isibonelo 3: Ukunquma ilojiki ye-XOR ye-10102 ne-11002  (10102 xor 11002)

  • 1010(BASE)(xor) 1100
  • 0000000000000110

Isibonelo 4: Ukunquma ilojiki ye-XNOR ye-11112 ne-1012  (11112 xnor 1012)

  • 1111(BASE)(xnor) 101
  • 1111111111110101

Isibonelo 5: Ukunquma isincomo se-bitwise ye-10102  (Not(10102))

  • (BASE)(Not) 1010
  • 1111111111110101

Isibonelo 6: Uku-negate (thatha isincomo sesibili) se-1011012  (Neg(1011012))

  • (BASE)(Neg) 101101
  • 1111111111010011

Phawula

Esimweni se-binary enegethivu, inani eli-octal noma eli-hexadecimal, isibali sishintsha inani libe yi-binary, sithathe ikhomplimenti yalokhu kokubili, bese siphinda sishintshela inombolweni yokuqala eyisisekelo. Mayelana namanani edesimali (isisekelo-10), umshini wokubala uvele ungeze uphawu lokususa.

phrinta leli khasi
Phezulu kwekhasi