Amaphutha
Umshini wokubala uzobonisa umyalezo wephutha noma nini lapho kwenzeka iphutha phakathi nesibalo.
Kunezindlela ezimbili zokususa umyalezo wephutha obonisiwe: Cindezela i-
noma i-
ukubonisa indawo yephutha, noma ukucindezela i-
ukususa umyalezo nesibalo.
Kubonisa Indawo Yephutha
Njengoba umyalezo wephutha ubonisiwe, cindezela i-
noma i-
ukuze uphindele esikrinini sokubala. I-cursor izobekwa endaweni lapho iphutha lenzeke khona, ilungele ozokufaka. Yenza izilungiso ezidingekile esibalweni bese usikhulule futhi.
Isibonelo: Uma ufaka u-14 ÷ 0 × 2 ngephutha esikhundleni se-14 ÷ 10 × 2 (MthIO-MathO)
- 14
0
2

(noma
)
1

Kucisha Umyalezo Wephutha
Njengoba umyalezo oyiphutha ubonisiwe, cindezela
ukuphindela esikrinini sesibalo. Qaphela ukuthi lokhu kususa nesibalo esiqukethwe ephutheni.
Imiyalezo Yephutha
I-Math ERROR
Imbangela:
Umphumela omaphakathi noma wokugcina wesibalo osenzayo udlula umehluko wesibalo esivumelekile.
Okufakile kudlula lokho okuwumehluko ovumeleke ukufakwa (ikakhulukazi uma wenza imisebenzi).
Isibalo osenzayo siqukethe izenzo zezibalo ezingekho emthethweni (njengokuhlukanisa ngeqanda).
Isenzo:
Bheka amanani owafakile, nciphisa inani lezibalo, bese uzame futhi.
Uma usebenzisa inkumbulo ezimele noma isimeleli njengempikiswano yokusebenza, qiniseka ukuba inkumbulo noma inani lingaphakathi komahluko ovumelekile wokusebenza.
I-Stack ERROR
Imbangela:
Isibalo osenzayo sibangele isiqukathi sesitaki sezinombolo noma isitaki sokuqondisa ukuba sidlulwe.
Isenzo:
Lulaza isibalo sesichazi ukuze singadlulie isiqukathi sesitaki.
Zama ukuhlukanisa isibalo ngokwezingxenye ezimbilo noma ngaphezulu.
I-Syntax ERROR
Imbangela:
Kunenkinga ngefomethi yesibalo osenzayo.
Isenzo:
Yenza izilungiso ezidingekile.
I-Insufficient MEM Error
Imbangela:
Umzamo wokukhiqiza ithebula lezinombolo Kumodi ye-TABLE esimo sayo siyibangela ukuba idlule ubukhulu benombolo yemigqa evumelekile. Uma selilonke inani lemigqa lingu-30 uma i-"f(x)" ikhethelwa ukusetha imenyu yesethingi lethebula bese ibe ngu-20 uma i-"f(x),g(x)" ikhethiwe.
Isenzo:
Phinda ulinganise ukubalwa kwetafula ngokushintsha amanani we-Start, End, ne-Step, bese uyazama futhi.
I-Argument ERROR
Imbangela:
Impikiswano engeyona inombolo ephelele ifakiwe ngokuqondene nokusebenza kwenombolo yomjikelezo (RanInt#).
Isenzo:
Faka izinombolo eziphelele kuphela ngempikiswano.

