Yeqela kokuqukethwe

CASIO

Isiqondiso kumsebenzisi

Thola

Ukumisela Imodi Yokufaka (Isibonisi Somugqa kuphela)

Ungakhetha ukufaka noma ukumisela phezu kokunye njengemodi yokufaka, kodwa kuphela uma Isibonisi Somugqa sikhethiwe. Kumodi yokumisela phezu kokunye, umbhalo owufakayo ubuyekeza umbhalo osendaweni ye-cursor ngaleso sikhathi. Ungashinthsa phakathi kwemodi yokufaka nokumisela phezu kokunye ngokwenza lezi zenzo: (INS). I-cursor ivela njenge-"" kumodi yokufaka bese njenge-"" kumodi yokumisela phezu kokunye.



Phawula

Isibonisi Semvelo njalo nje sisebenzisa imodi yokufaka, ngakho ukushintsha ifomethi kusuka Kusibonisi Somugqa ukuya Kusibonisi Semvelo kuzoshintshela kumodi yokufaka ngokuzenzakalelayo.

phrinta leli khasi
Phezulu kwekhasi