Yeqela kokuqukethwe

Ukulungisa Nokucisha Isichazi

Ukususa uhlamvu olulodwa noma umsebenzi:

Hambisa i-cursor ize ibe ngakwesokudla sohlamvu noma umsebenzi ofuna ukuwususa, bese ucindezela .
Kwimodi yokumisela phezu kokunye, hambisa i-cursor ize ibe ngaphansi kohlamvu noma umsebenzi ofuna ukuyisusa, bese ucindezela .


Ukufaka uhlamvu noma umsebenzi esibalweni:

Sebenzisa i- kanye ne- ukuhambisa i-cursor endaweni ofuna ukufaka kuyo uhlamvu noma umsebenzi bese uyafaka. Qiniseka ukuba ngaso sonke isikhathi ufake imodi uma ukhethe Isibonisi Somugqa.


Ukususa zonke izibalo ozifakayo:

Cindezela .

phrinta leli khasi
Phezulu kwekhasi