Ukuqalisa
Ukususa Isembozo Esiqinile
Ngaphambi kokusebenzisa umshini wokubala, sunduza ikhava yaso yangaphandle yehle ukuze uyikhiphe, bese uyifaka ngemuva komshini wokubala njengoba kukhonjisiwe emifanekisweni.

Ukukhanyisa Nokucima
Cindezela
ukuze uvule umshini wokubala.
Cindezela 
(OFF) ukuze ucishe umshini wokubala.
Phawula
Umshini wokubala sizozicimela ngokwaso ngemuva kwemizuzu cishe engu-10 noma engu-60 uma ungasetshenziswa. Cindezela lo khiye
ukuze uphinde uvule umshini wokubala.
Ukulungisa Ukubukeka Kwesibonisi
1. Cindezela 
(SETUP)
(
CONT
).

2. Sebenzisa i-
ne-
ukulungisa ukubukeka kwesibonisi.
3. Ngemuva kokuba isethingi lingendlela olifuna ngayo, cindezela
.
Kubalulekile!
Uma ukuhlela ukubukeka kwesibonisi kungakuthuthukisi ukufundeka, kungasho ukuthi amandla ebhetri aphansi. Ukufaka elinye ibhetri.
Izimpawu Zezinkinobho
Ukucindezela lo khiye
noma lo khiye
okulandelwa ukhiye wesibili kuzokwenza omunye umsebenzi wokhiye wesibili. Omunye umsebenzi uboniswe umbhalo ongenhla kwenkinobho.
(1) Umsebenzi we-Keycap (2) Omunye umsebenzi
Izinhlamvu ezikubakaki (┌ ┐) ezinombala ofana newe-DEC, HEX, BIN, kanye ne-OCT zisetshenziswa Kumodi ye-BASE-N.
Okulandelayo kuyisibonelo sendlela ukusebenza kwesenzo esihlukile okumelelwe ngayo kule manuwali.
Isibonelo: 
(sin-1)* 1
* Ibonisa umsebenzi ofinyeleleka ngokusebenzisa okhiye (
) ngaphambi kwayo. Qaphela ukuthi lokhu akuyona ingxenye yangempela yokusebenza kokhiye oyenzayo.
Okulandelayo kubonsa isibonelo sendlela ukusebenza kokhiye wokukhetha imenyu esesikrinini okumiselwe ngayo kule manuwali.
Isibonelo:
(COMP)** Ibonisa imenyu ekhethwa ngokusebenzisa ukhiye wenombolo (
) ngaphambi kwayo. Qaphela ukuthi lokhu akuyona ingxenye yangempela yokusebenza kokhiye oyenzayo.
Ukhiye we-cursor uphawulwe ngemicibisholo emine, ebonisa izinhlangothi, njengoba kubonisiwe emfanekisweni oseduzane. Kule manuwali, ukhiye wokusebenza kwe-cursor uboniswe njenge-
,
,
, ne-
.

Ukufunda Okuveziwe
Isibonisi semigqa emibili senza ukwazi ukubona isibalo esifakiwe kanye nemiphumela yaso ngasikhathi sinye.

(1) Isibalo esifakiwe
(2) Umphumela wesibalo
(3) Inkomba
Uma le nkomba
ivela ohlangothini lwesokudla lemiphumela yesibalo, kusho ukuthi umphumela wesibalo esivelile uyaqhubeka ngakwesokudla. Sebenzisa i-
ne-
ukuskrola imiphumela yesibalo esibonisiwe.
Uma le nkomba
ivela ohlangothini lwesokudla lwesibalo esifakiwe, kusho ukuthi isibalo esibonisiwe siyaqhubeka ngakwesokudla. Sebenzisa i-
ne-
ukuskrola isibalo esibonisiwe. Qaphela ukuthi uma ufuna ukuskrola isibalo esifakiwe kuyilapho le nkomba
nale
zibonisiwe, kuzodingeka ucindezele i-
kuqala
kanye ne-
ukuze uskrole.
Bonisa izikhombisi
| Le nkomba: | Sisho lokhu: |
|---|---|
![]() |
Ikhiphedi isunduziwe ngokucindezela lo khiye . Ikhiphedi ngeke isunduzeke futhi le nkomba ngeke isabonakala uma ucindezela ukhiye. |
![]() |
Imodi yokufaka i-alpha seyifakiwe ngokucindezela lo khiye . Imodi yokufaka i-alpha kuzophunywa kuyo futhi le nkomba ngeke isabonakala uma ucindezela ukhiye. |
| M | Kunenani elilondwe enkumbulweni ezimele. |
| STO | Umshini wokubala ulinde ukufakwa kwegama lesimeleli ukuze wabele inani kuleso simeleli. Le nkomba ibonakala emva kokuba ucindezele i-![]() (STO). |
| RCL | Umshini wokubala ulinde ukufakwa kwegama lesimeleli ukuze ukhumbule inani lesimeleli. Le nkomba ibonakala emva kokuba ucindezele i- . |
| STAT | Lo mshini wokubala Ukumodi ye-STAT. |
![]() |
Iyunithi ye-engele yasekuqaleni iku-degrees. |
![]() |
Iyunithi ye-engele yasekuqaleni iku-radians. |
![]() |
Iyunithi ye-engele yasekuqaleni iku-grads. |
| FIX | Inombolo ezinzile ezindaweni zedesimali iyasebenza. |
| SCI | Inombolo ezinzile kumadijithi abonakalayo iyasebenza. |
| Math | Isibonisi Semvelo sikhethwe njengefomethi yesibonisi. |
![]() ![]() |
Inkumbulo yedatha yomlando wesibalo iyatholakala futhi ingadlalwa kabusha, noma kunedatha engeziwe ngenhla/ngezansi kwesikrini samanje. |
| Disp | Okwamanje isibonisi sibonisa umphumela omaphakathi wesitatimende esikaningi sesibalo. |
Kubalulekile!
Ngokwezinye izinhlobo zesibalo ezithatha isikhathi eside ukuvuleka, isibonisi singabonisa izinkomba ezingenhla kuphela (ngaphandle kwenani) kuyilapho senza isibalo ngaphakathi.
Ukusebenzisa Amamenyu
Eminye yemisebenzi yomshini wokubala yenziwa kusetshenziswa amamenyu. Ngokwesibonelo, ukucindezela
noma
, kuzobonisa imenyu yemisebenzi efanele.
Okulandelayo kuyimisebenzi okufanele uyisebenzisele ukwehla wenyuka phakathi kwamamenyu.
Ungakhetha into yemenyu ngokucindezela ukhiye wenombolo ehambisana nenombolo engakwesokudla sayo esikrinini semenyu.
Le nkomba
esekhoneni eliphezulu ngakwesokudla semenyu isho ukuthi kunenye imenyu ngezansi kwaleyo ekhona manje. Le nkomba
isho enye imenyu ngenhla. Sebenzisa i-
ne-
ukushintsha phakathi namamenyu.
Ukuvala imenyu ngaphandle kokukhetha okuthile, cindezela
.


(STO).



