Yeqela kokuqukethwe

Ukubalwa Kwama-Degrees, Imizuzu Nemizuzwana (Sexagesimal)

Ungenza izibalo usebenzisa ama nani e-sexagesimal, futhi uguqule ama nani phakathi kwe-sexagesimal nedesimali.
Ukwenza isengezo noma ukukhipha phakathi kwamanani e-sexagesimal, noma ukuphindaphinda noma ukuhlukanisa phakathi kwenani le-sexagesimal ne nani ledesimali kuzobangela ukuba imiphumela iboniswe njengenani le-sexagesimal.
Ungakwazi nokuguqula phakathi kwe-sexagesimal nedesimali.
Okulandelayo kuyifomethi yokufaka i nani le-sexagesimal: {degrees} {imizuzu} {imizuzwana} .


Phawula

Kufanele njalo ufake okuthile kwama-degrees nemizuzu, ngisho noma kuyiqanda.


Isibonelo 1: 2°20’30” + 39’30” = 3°00’00”

  • 2203003930
  • 3°0’0”

Isibonelo 2: Guqulela u-2°15’18” kudesimali elilingana nakho.

  • 21518
  • 2°15’18”
  • (Iguqula i-sexagesimal ibe yi-decimal.)  
  • 2,255
  • (Iguqula i-decimal ibe yi-sexagesimal.)  
  • 2°15’18”
phrinta leli khasi
Phezulu kwekhasi